Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Agasti 27–Septhemba 2

LUKA 23-24

Agasti 27–Septhemba 2
  • INgoma 130 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Kulungele Ukuthethelela Abanye”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Luka 23:31—Yini uJesu ayekhuluma ngayo kuleli vesi? (iphuzu lokucwaninga elithi “lapho umuthi usemanzi, . . . lapho usubunile,” elikuLuka 23:31, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 23:33—Yibuphi ubufakazi babacwaningi obubonisa ukuthi kungenzeka kwakusetshenziswa izipikili ukuze kubethelwe umuntu owayezobulawa esigxotsheni? (Okubukwayo: “Isipikili Ethanjeni Lesithende,” okukuLuka 23:33, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 23:1-16

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunikeza umninikhaya incwadi evumelana kahle nesidingo sakhe eseBhokisini lethu Lamathuluzi Okufundisa.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umuntu incwadi esifundisa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 4 ¶3-4

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU