Agasti 6-12
LUKA 17-18
INgoma 18 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Bonisa Ukuthi Uyabonga”: (10 imiz.)
Luka 17:11-14—UJesu welapha amadoda ayishumi ayenochoko (iphuzu lokucwaninga elithi “namadoda ayishumi anochoko,” elikuLuka 17:12, kuyi-nwtsty-E; iphuzu lokucwaninga elithi “nizibonakalise kubapristi,” elikuLuka 17:14, kuyi-nwtsty-E)
Luka 17:15, 16—Indoda eyodwa kuphela eyabuya izobonga kuJesu
Luka 17:17, 18—Le ndaba iqokomisa ukubaluleka kokubonisa ukubonga (w08 8/1 14-15 ¶8-9)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Luka 17:7-10—Wayesho ukuthini uJesu kulo mfanekiso? (iphuzu lokucwaninga elithi “ezingelusizo lwalutho,” elikuLuka 17:10, kuyi-nwtsty-E)
Luka 18:8—UJesu ukhuluma ngokholo olunjani kuleli vesi? (iphuzu lokucwaninga elithi “lolu kholo,” elikuLuka 18:8, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 18:24-43
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho..
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 4 ¶1-2
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Khumbula UmkaLoti”: (15 imiz.) Ingxoxo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 11 ¶20-22 nebhokisi ek. 131
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 117 Nomthandazo