Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | LUKA 17-18

Bonisa Ukuthi Uyabonga

Bonisa Ukuthi Uyabonga

17:11-18

Yini esiyifundayo kule ndaba ngokubonga?

  • Akufanele sigcine ngokuba nomuzwa wokubonga kodwa kufanele sikubonise nangezenzo

  • Amazwi okubonga asuka enhliziyweni awubufakazi bokuthi singamaKristu anothando futhi abonisa ukuthi sinenhlonipho

  • Labo abafisa ukujabulisa uKristu bakweleta bonke abantu uthando nokwazisa, kungakhathaliseki ukuthi bavela kuliphi izwe, abaluphi uhlanga nokuthi bakuyiphi inkolo