Abazalwane nodade emhlanganweni wezizwe wango-2014, eNew Jersey, e-U.S.A.

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Ephreli 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Amacebiso okuhambisa i-Phaphama! nencwadi Okufundiswa IBhayibheli. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Khuthaza Futhi Uqinise Abanye Ngamazwi Omusa

Abangane bakaJobe abathathu abamduduzanga, kunalokho banezela osizini lwakhe ngokumgxeka ngamanga nangonya. (Jobe 16-20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Isici Esisha Sokuqala Izingxoxo

Yethula izihloko zeBhayibheli ngesici esisha esithi “Lithini IBhayibheli?”

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJobe Wamelana Nokucabanga Okungalungile

Bona umehluko phakathi kwamanga kaSathane nemizwa kaJehova yangempela ngathi. (Jobe 21-27)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJobe Wayeyisibonelo Sobuqotho

UJobe Wayeyisibonelo Sobuqotho. (Jobe 28-32)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Umngane Weqiniso Unikeza Iseluleko Esakhayo

Lingisa indlela yothando u-Elihu aphatha ngayo umngane wakhe uJobe. (Jobe 33-37)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

Umkhankaso Wokuhambisa Isimemo SoMhlangano Wesifunda

Izinto okufanele uzikhumbule lapho usakaza izimemo zomhlangano. Prakthiza intshumayelo esikiselwe.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Izikhumbuzo ZoMhlangano Wesifunda

Cabanga ngezindlela ongabonisa ngazo abanye uthando emhlanganweni.