Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

April 11-17

JOBE 21-27

April 11-17
  • INgoma 83 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJobe Wamelana Nokucabanga Okungalungile”: (10 imiz.)

    • Jobe 22:2-7—U-Elifazi wanikeza iseluleko esisekelwe ekucabangeni okungeyikho nasemibonweni yakhe (w06 3/15 15 ¶6; w05 9/15 26-27; w95 2/15 27 ¶6)

    • Jobe 25:4, 5—UBhilidadi wanikeza imibono eyiphutha (w05 9/15 26-27)

    • Jobe 27:5, 6—UJobe akabavumelanga abanye bamenze acabange ukuthi wayehlulekile ukugcina ubuqotho (w09 8/15 4 ¶8; w06 3/15 15 ¶8)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 24:2—Kungani ukususa uphawu lomngcele kwakuyisono esikhulu? (it-1-E 360)

    • Jobe 26:7—Yini ephawulekayo ngendlela uJobe achaza ngayo umhlaba? (w15 6/1 5 ¶4; w11 7/1 26 ¶2-5)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 27:1-23 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: g16.2 isembozo—Beka isisekelo sempindelo. (2 imiz. noma ngaphansi)

  • Empindelweni: g16.2 isembozo—Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (4 imiz. noma ngaphansi)

  • Isifundo SeBhayibheli: bh 145 ¶3-4 (6 imiz. noma ngaphansi)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 129

  • Nqoba Isiqhwaga Ngaphandle Kokusebenzisa Isibhakela: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Nqoba Isiqhwaga Ngaphandle Kokusebenzisa Isibhakela. (Ngena ku-jw.org/zu, bese ubheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > INTSHA.) Ngemva kwalokho, xoxani ngemibuzo elandelayo: Yini engenza umuntu axhashazwe? Yimiphi eminye yemiphumela emibi ebangelwa ukuxhashazwa? Ungabhekana kanjani nokuxhashazwa noma ngisho ukugweme? Kufanele ukhulume nobani uma uxhashazwa? Bhekisela encwadini ethi Intsha Iyabuza, uMqulu 2, isahluko 14.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 13 ¶1-12 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 23 Nomthandazo