April 18-24
JOBE 28-32
INgoma 17 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJobe Wayeyisibonelo Sobuqotho”: (10 imiz.)
Jobe 31:1—UJobe wenza “isivumelwano” namehlo akhe (w15 6/15 17 ¶13; w15 1/15 25 ¶10)
Jobe 31:13-15—UJobe wayethobekile, enobulungisa futhi ebacabangela abanye (w10 11/15 30 ¶8-9)
Jobe 31:16-25—UJobe wayenesandla esivulekile kwabaswele (w10 11/15 30 ¶10-11)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Jobe 32:2—Kungayiphi indlela uJobe azama ‘ukuthi ulungile kunoNkulunkulu’? (w15 7/1 12 ¶2; it-1-E 606 ¶5)
Jobe 32:8, 9—Kungani u-Elihu aba nomuzwa wokuthi angakhuluma nakuba ayemncane kunababemlalele? (w06 3/15 16 ¶1; it-2-E 549 ¶6)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 30:24–31:14 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: g16.2 12-13—Beka isisekelo sempindelo. (2 imiz. noma ngaphansi)
Empindelweni: g16.2 12-13—Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (4 imiz. noma ngaphansi)
Esifundweni SeBhayibheli: bh 148 ¶8-9 (6 imiz. noma ngaphansi)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Funda Ebuqothweni Babanye (1Pet 5:9): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi UHarold King: Ukuhlala Uthembekile Ejele. (Ngena ku-tv.pr418.com, bese ubheka ngaphansi kwesithi I-VIDEO ETHANDWAYO > IZINGXOXO.) Ngemva kwalokho, xoxani ngemibuzo elandelayo: UMfoweth’ uKing walilondoloza kanjani ingokomoya lakhe ngesikhathi esejele? Ukucula izingoma zoMbuso kungasisiza kanjani ukuba sibekezelele izimo ezinzima ekuphileni? Isibonelo sikaMfoweth’ uKing sokwethembeka sikushukumisela ukuba wenzeni?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 13 ¶13-25, nokubukezwa kwesahluko. 114 (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 81 Nomthandazo