Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOBE 28-32

UJobe Wayeyisibonelo Sobuqotho

UJobe Wayeyisibonelo Sobuqotho

UJobe wayezimisele ukugcina izindinganiso zikaJehova zokuziphatha

31:1

  • Walawula amehlo akhe futhi wabonisa isithakazelo sothando kumkakhe kuphela

UJobe wayeyisibonelo esihle ngendlela aphatha ngayo abanye

31:13-15

  • Wayethobekile, enobulungisa futhi enesihe. Wayecabangela bonke abantu kungakhathaliseki isimo sabo senhlalo noma sezomnotho

UJobe wayephana, engenabo ubugovu

31:16-19

  • Wayewusizo futhi waba nesandla esivulekile kwabampofu