Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

April 4-10

JOBE 16-20

April 4-10
  • INgoma 79 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Khuthaza Futhi Uqinise Abanye Ngamazwi Omusa”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 19:20—Wayesho ukuthini uJobe uma ethi: “Ngiphunyuka ngesikhumba samazinyo ami”? (w06 3/15 14 ¶13; it-2-E 977 ¶1)

    • Jobe 19:26—UJobe ‘wayengambona’ kanjani uNkulunkulu kube kungekho muntu ongabona uJehova? (w94 11/15 19 ¶17)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 19:1-23 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 42

  • Isici Esisha Sokuqala Izingxoxo”: (10 imiz.) Ingxoxo. Bakhuthaze bonke ukuba basebenzise isici esithi, “Lithini IBhayibheli?” ekuqaleni izingxoxo ezingaholela esifundweni seBhayibheli.

  • Imibuzo Evela Kubafundi: (5 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala esekelwe kuyi-Nqabayokulinda yesiNgisi ka-February 15, 2015, ikhasi 30, izigaba 4-6.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 12 ¶13-25, ukubukeza ek. 107 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 65 Nomthandazo