Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo Ezisikiselwe

PHAPHAMA!

Okuzohanjiswa: Nansi ikhophi yakho ye-Phaphama! yamuva.

Umbuzo: Ngingathanda ukuzwa umbono wakho ngalo mbuzo osekhasini 2.

UmBhalo: Luka 7:35

Lesi sihloko sikhuluma ngendlela lesi simiso esisebenza ngayo eBhayibhelini uqobo.

PHAPHAMA!

Umbuzo: Uyavuma yini ukuthi lawa amazwi ahlakaniphile ongaphila ngawo?

UmBhalo: Math 6:34

Okuzohanjiswa: [Vula isihloko esithi “Umbono WeBhayibheli—Ukukhathazeka.”] Lesi sihloko sibonisa indlela iBhayibheli elingasisiza ngayo ekubhekaneni nokukhathazeka.

Okufundiswa IBhayibheli

Umbuzo: Abantu abaningi abakholelwa kuNkulunkulu bangathanda ukuzizwa besondelene naye. Bewazi yini ukuthi iBhayibheli lisinxusa ukuba sisondele kuNkulunkulu?

UmBhalo: Jak 4:8a

Okuzohanjiswa: Le ncwadi ihlelelwe ukusisiza sifunde okwengeziwe ngoNkulunkulu sisebenzisa iBhayibheli. [Khulumela isahluko 1 sencwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli.]

ZAKHELE EYAKHO INTSHUMAYELO

 

Landela indlela okuhlelwe ngayo izibonelo ezinikeziwe ukuze uzakhele eyakho intshumayelo yasensimini.