April 17-23
JEREMIYA 25-28
INgoma 137 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yiba Nesibindi NjengoJeremiya”: (10 imiz.)
Jer 26:2-6—UJehova wayala uJeremiya ukuba amemezele umyalezo oyisixwayiso (w09 12/1 24 ¶6)
Jer 26:8, 9, 12, 13—UJeremiya akazange avumele abaphikisi bakhe bamethuse (jr 21 ¶13)
Jer 26:16, 24—UJehova wamvikela umprofethi wakhe onesibindi (w09 12/1 25 ¶1)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Jer 27:2, 3—Isiphi isizathu okungenzeka senza kwafika izithunywa ezivela ezizweni ezihlukahlukene eJerusalema futhi kungani uJeremiya azenzela imigoqo yejoka? (jr 27 ¶21)
Jer 28:11—UJeremiya wakubonisa kanjani ukuhluzeka kwengqondo lapho uHananiya emphikisa futhi yini esingayifunda esibonelweni sakhe? (jr 187-188 ¶11-12)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 27:12-22
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Izingoma ZoMbuso Ziyakhuthaza”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Ingoma Eyashukumisa Izisebenzi.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 11 ¶9-21
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 26 Nomthandazo