Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

April 3-​9

JEREMIYA 17-21

April 3-​9
  • INgoma 69 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Vumela UJehova Alolonge Ukucabanga Nokuziphatha Kwakho”: (10 imiz.)

    • Jer 18:1-4—Umbumbi unegunya phezu kobumba (w99 4/1 22 ¶3)

    • Jer 18:5-10—UJehova unegunya phezu kwabantu (it-2-E 776 ¶4)

    • Jer 18:11—Sabela kahle ekubunjweni nguJehova (w99 4/1 22 ¶4-5)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 17:9—Ukukhohlisa kwenhliziyo kungase kubonakale kanjani? (w01 10/15 25 ¶13)

    • Jer 20:7—UJehova wawasebenzisa kanjani amandla akhe ngokumelene noJeremiya futhi wamkhohlisa? (w07 3/15 9 ¶6)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 21:3-14

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza bonke ukuba baphindele kulabo abamukela ipheshana elithi Uyini UMbuso KaNkulunkulu?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU