August 15-21
AMAHUBO 102-105
INgoma 80 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Uyakhumbula Ukuthi Siluthuli”: (10 imiz.)
IHu 103:8-12—UJehova usithethelela ngesihe lapho siphenduka (w13 6/15 20 ¶14; w12 7/15 16 ¶17)
IHu 103:13, 14—UJehova ukuqonda ngokuphelele ukulinganiselwa kwethu (w15 4/15 23 ¶8; w13 6/15 15 ¶16)
IHu 103:19, 22—Ukwazisa kwethu isihe nomusa kaJehova, kufanele kusishukumisele ukuba sisekele ubukhosi bakhe (w10 11/15 24-25 ¶5; w07 12/1 21 ¶1)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 102:12, 27—Ukugxila ebuhlotsheni bethu noJehova, kusisiza ngani lapho sicindezelekile? (w14 3/15 16 ¶19-21)
IHu 103:13—Kungani uJehova engayiphenduli ngokushesha yonke imithandazo yethu? (w15 4/15 22 ¶7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 105:24-45
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) g16.4 10-11—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) g16.4 10-11—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 164-166 ¶3-4—Siza umfundi ukuba abone indlela angakusebenzisa ngayo akufundile.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ungalinge Ukukhohlwe Konke Lokho UJehova Akwenzele Kona (IHu 103:1-5): (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ye-jw.org/zu ethi, Yayisingicikile Indlela Engangiphila Ngayo. (Ngaphansi kwesithi MAYELANA NATHI > IMISEBENZI.) Yibe usucabangela le mibuzo elandelayo: Yiziphi izizathu esinazo zokudumisa uJehova? Yiziphi izibusiso zangesikhathi esizayo esinethemba lazo ngenxa yobuhle bukaJehova?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 22 ¶1-13
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz)
INgoma 131 Nomthandazo