August 22-28
AMAHUBO 106-109
INgoma 2 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Mbongeni UJehova”: (10 imiz.)
IHu 106:1-3—UJehova uyakufanelekela ukuba simbonge (w15 1/15 8 ¶1; w02 6/1 18 ¶19)
IHu 106:7-14, 19-25, 35-39—Ama-Israyeli antula ukwazisa aze agcina engasathembekile (w15 1/15 8-9 ¶2-3; w01 6/15 13 ¶1-3)
IHu 106:4, 5, 48—Sinezizathu eziningi zokumbonga uJehova (w11 10/15 5 ¶7; w03 12/1 14-16 ¶3-6)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 109:8—Ingabe uNkulunkulu wakuhlela kusengaphambili ukuba uJuda akhaphele uJesu ukuze kugcwaliseke isiprofetho? (w00 12/15 24 ¶20; it-1 857-858)
IHu 109:31—Kungayiphi indlela uJehova ‘engasesandleni sokunene sompofu’? (w06 9/1 14 ¶8)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 106:1-22
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) ll 6—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) ll 7—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 178-179 ¶14-16—Siza umfundi ukuba abone indlela angakusebenzisa ngayo akufundile.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
UJehova Uyozinakekela Izidingo Zethu (IHu 107:9): (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ethi UJehova Uyozinakekela Izidingo Zethu. (Ngena kuyi-tv.pr418.com/zu, ubheke ngaphansi kwesithi I-VIDEO ETHANDWAYO > UMNDENI.) Cela izilaleli ukuba zisho izifundo ezizitholile.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 22 ¶14-24, ukubukeza ek. 194
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 149 Nomthandazo