Kuqhutshwa isifundo seBhayibheli eChile

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Disemba 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo ezisikiselwe ze-Phaphama! nezokufundisa iqiniso ngezimbangela zokuhlupheka. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzenzele eyakho intshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Wozani Sikhuphukele Entabeni KaJehova”

Umprofethi u-Isaya wakhuluma ngokushintshwa kwezikhali zenziwa amathuluzi okulima, okubonisa ukuthi abantu bakaJehova uNkulunkulu bazophishekela ukuthula. (Isaya 2:4)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukufinyelela Inhliziyo Ngethi “Zigcineni Othandweni LukaNkulunkulu”

Incwadi ethi ‘Othandweni LukaNkulunkulu’ isiza abafundi beBhayibheli baqonde indlela izimizo zikaNkulunkulu ezisebenza ngayo ekuphileni kwansuku zonke.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Isiprofetho SikaMesiya Esagcwaliseka

U-Isaya wabikezela ukuthi uMesiya wayeyoshumayela eGalile. UJesu wasigcwalisa lesi siprofetho lapho ehamba eshumayela izindaba ezinhle.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

“Nangu Mina! Thuma Mina”

Singawulingisa kanjani umoya ovumayo nokholo luka-Isaya? Funda kulokho okwenzeka emndenini owahamba wayoshumayela lapho indingeko inkulu khona.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ulwazi NgoJehova Luyogcwala Umhlaba

Isiprofetho sika-Isaya sepharadesi lasemhlabeni sagcwaliseka kanjani esikhathini esidlule, manje nangesikhathi esizayo?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Imfundo Evela KuNkulunkulu Inqoba Ubandlululo

Ababili ababeyizitha sebeyezwana—ngenxa yamandla ahlanganisayo emfundo yaphezulu.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Lapho Ulisebenzisa Kabi Igunya Liyakulahlekela

UShebina wayengalisebenzisa kanjani igunya lakhe? Kungani uJehova abeka u-Eliyakimi esikhundleni sikaShebina?