December 12-18
ISAYA 6-10
INgoma 116 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Isiprofetho SikaMesiya Esagcwaliseka”: (10 imiz.)
Isaya 9:1, 2—Inkonzo yakhe yasobala eGalile yayibikezelwe (w11 8/15 10 ¶13; ip-1 124-126 ¶13-17)
Isaya 9:6—Wayezoba nezindima ezihlukahlukene (w14 2/15 12 ¶18; w07 5/15 6)
Isaya 9:7—Ukubusa kwakhe kuzoletha ukuthula kwangempela nobulungisa (ip-1 132 ¶28-29)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 7:3, 4—Kungani uJehova asindisa inkosi embi u-Ahazi? (w06 12/1 9 ¶4)
Isaya 8:1-4—Sagcwaliseka kanjani lesi siprofetho? (it-1-E 1219; ip-1 111-112 ¶23-24)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 7:1-17
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.6
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.6
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 34 ¶18—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Nangu Mina! Thuma Mina.” (Isaya 6:8): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Ukuyokhonza Lapho Indingeko Inkulu Khona.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 5 ¶10-17 nebhokisi elithi “Kwaze Kwangcono”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 150 Nomthandazo
Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.