December 19-25
ISAYA 11-16
INgoma 143 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ulwazi NgoJehova Luyogcwala Umhlaba”: (10 imiz.)
Isaya 11:3-5—Ukulunga kuyohlala phakade (ip-1 161 ¶9-11)
Isaya 11:6-8—Kuyoba nokuthula phakathi kwabantu nezilwane (w12 9/15 9-10 ¶8-9)
Isaya 11:9—Sonke isintu siyofunda izindlela zikaJehova (w16.06 8 ¶9; w13 6/1 7)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 11:1, 10—UJesu Kristu angaba kanjani “ihlumela [eliphuma] esiphunzini sikaJese” abuye abe ‘yimpande kaJese’? (w06 12/1 9 ¶6)
Isaya 13:17—Kungayiphi indlela amaMede ayebheka isiliva njengelingelutho futhi engajatshuliswanga yigolide? (w06 12/1 10 ¶10)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 13:17–14:8
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Jobe 34:10—Fundisa Iqiniso.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) UmSh 8:9; 1Joh 5:19—Fundisa Iqiniso.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 54 ¶9—Bonisa indlela ongafinyelela ngayo inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Imfundo Evela KuNkulunkulu Inqoba Ubandlululo”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi UJohny NoGideon: Babeyizitha, Manje Sebeyezwana.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 5 ¶18-25 nebhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 151 Nomthandazo
Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.