December 26–January 1
ISAYA 17-23
INgoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lapho Ulisebenzisa Kabi Igunya Liyakulahlekela”: (10 imiz.)
Isaya 22:15, 16—UShebina wasebenzisa igunya ngendlela enobugovu (ip-1 238 ¶16-17)
Isaya 22:17-22—UJehova wabeka u-Eliyakimi esikhundleni sikaShebina (ip-1 238-239 ¶17-18)
Isaya 22:23-25—Lokho okwenzeka kuShebina kusifundisa izifundo ezibalulekile (w07 1/15 8 ¶6; ip-1 240-241 ¶19-20)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 21:1—Isiphi isifunda esasibizwa ngokuthi ‘ihlane lolwandle’ futhi kungani sasibizwa kanjalo? (w06 12/1 11 ¶3)
Isaya 23:17, 18—Kwenzeka kanjani ukuba imbuyiselo yezinto ezibonakalayo zeTire zibe “into engcwele kuJehova”? (ip-1 253-254 ¶22-24)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 17:1-14
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) bh—Sebenzisa i-video ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? ukuze uhambise incwadi. (Phawula: Ungayidlali i-video phakathi nomboniso.)
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) bh—Qala isifundo seBhayibheli usemnyango, bese ubeka isisekelo sempindelo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 150-151 ¶10-11—Bonisa indlela ongafinyelela ngayo inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ingabe ‘Uyohlale Ulindile’?: (8 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala esekelwe kuyi-Nqabayokulinda ka-March 15, 2015, amakhasi 9-14. Bakhuthaze bonke ukuba bahlale belindile, ngendlela umlindi osembonweni ka-Isaya nezintombi ezinhlanu ezisemfanekisweni kaJesu abenza ngayo.—Isaya 21:8; Math 25:1-13.
Okufezwa Inhlangano: (7 imiz.) Dlala i-video yango-December ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 6 ¶1-7 nesithi “Ingxenye 2—Ukushumayela NgoMbuso—Ukusakaza Izindaba Ezinhle Emhlabeni Wonke”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 141 Nomthandazo