Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

December 5-11

ISAYA 1-5

December 5-11
  • INgoma 107 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Wozani Sikhuphukele Entabeni KaJehova”: (10 imiz.)

    • [Dlala i-video ethi Isethulo Sika-Isaya.]

    • Isaya 2:2, 3—“Intaba yendlu kaJehova” imelela ukukhonza uNkulunkulu ngendlela ehlanzekile (ip-1 38-42 ¶6-11; 45 ¶20-21)

    • Isaya 2:4​—Izikhonzi zikaJehova azisayifundi nhlobo impi (ip-1 46-47 ¶24-25)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 1:8, 9​—Indodakazi yaseZiyoni yasala kanjani “njengedokodo esivinini”? (w06 12/1 8 ¶5)

    • Isaya 1:18​—Asho ukuthini amazwi kaJehova athi: “Masilungise izindaba phakathi kwethu”? (w06 12/1 9 ¶1; it-2-E 761 ¶3)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 5:1-13

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe ‘Ezintshumayelweni Ezisikiselwe.’ Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU