Umndeni uyacula ekukhulekeleni komkhaya eNingizimu Afrika

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Disemba 2018

Ongase Uxoxe Ngakho

Izingxoxo eziphathelene nenjongo yokuphila nesithembiso sikaNkulunkulu ngekusasa.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Umshushisi Ononya Uba Ufakazi Oshisekayo

Uma ufunda iBhayibheli kodwa ungakabhapathizwa, ingabe uzomlingisa uSawulu ngokukusebenzisa ngokushesha lokho okufundayo?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UBarnaba NoPawulu Benza Abantu Abahlala Ezindaweni Ezikude Baba Abafundi

Naphezu kokuphikiswa okunamandla, uBarnaba noPawulu basebenza kanzima ukuze basize abantu abalungile ukuba babe amaKristu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzwen—Ukusiza Labo ‘Abathambekele Ngokufanele’ Ukuba Babe Abafundi

Sisebenza kanjani noJehova ekwenzeni abantu ukuba babe abafundi?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Kwenziwa Isinqumo Ngazwi-linye Esasisekelwe Ezwini LikaNkulunkulu

Singafundani endleleni le nkinga eyasingathwa ngayo?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Culela UJehova Ngenjabulo

Kungaba namuphi umphumela omuhle kithi ukucula izingoma zoMbuso?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Lingisa Umphostoli UPawulu Endleleni Yokushumayela Nokufundisa

Singasilingisa kanjani isibonelo somphostoli uPawulu enkonzweni yethu?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Ziqapheleni Nina Nawo Wonke Umhlambi”

Abadala bondla, bavikele futhi banakekele umhlambi, bekhumbula ukuthi imvu ngayinye yathengwa ngegazi likaKristu eliyigugu.