Disemba 10-16
IZENZO 12-14
INgoma 60 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UBarnaba NoPawulu Benza Abantu Abahlala Ezindaweni Ezikude Baba Abafundi”: (10 imiz.)
IzE 13:2, 3—UJehova wakhetha uBarnaba noPawulu ukuba benze umsebenzi okhethekile (bt 86 ¶4)
IzE 13:12, 48; 14:1—Ukusebenza kwabo kanzima kwaba nemiphumela emihle (bt 95 ¶5)
IzE 14:21, 22—UBarnaba noPawulu baqinisa abafundi abasha (w14 9/15 13 ¶4-5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzE 12:21-23—Yini esiyifunda kulokho okwenzeka kuHerode? (w08 5/15 32 ¶7)
IzE 13:9—Kungani uSawulu ayephinde abizwe ngoPawulu? (amaphuzu okucwaninga: “USawulu, onguPawulu futhi,” “onguPawulu,” akuyizE 13:9, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 12:1-17
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) bt 78-79 ¶8-9 —Isihloko: Thandazela Okholwa Kanye Nabo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukusiza Labo ‘Abathambekele Ngokufanele’ Ukuba Babe Abafundi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi UJehova UNkulunkulu Uzokusiza.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 17 ¶11-22
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 55 Nomthandazo