Disemba 16-22
ISAMBULO 13-16
INgoma 55 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungazesabi Izilo Ezesabekayo”: (10 imiz.)
IsAm 13:1, 2—Udrako unika isilo sasendle esinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi igunya (w12 6/15 8 ¶6)
IsAm 13:11, 15—Isilo sasendle esinezimpondo ezimbili senza umfanekiso wesilo sokuqala sasendle siphile (re 193-194 ¶26; 195 ¶30-31)
IsAm 13:16, 17—Ungalwamukeli uphawu lwesilo sasendle (w09 2/15 4 ¶2)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IsAm 16:13, 14—Izizwe zizoqoqelwa kanjani “empini yosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke”? (w09 2/15 4 ¶5)
IsAm 16:21—Yimuphi umyalezo okungangabazeki ukuthi sizobe sesiwumemezela ngaphambi nje kokuphela kwezwe likaSathane? (w15 7/15 11-12 ¶9)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 16:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli?, (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Qhubeka Ungathathi-hlangothi: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukungathathi-hlangothi Ngemicabango Nangezenzo. Yibe usubuza umbuzo othi, Singaqhubeka kanjani singathathi-hlangothi ezindabeni zomphakathi nasemithethweni ebekwa uhulumeni? Ngemva kwalokho, dlala ividiyo ethi Ukuhlala Ungathathi-hlangothi Emphakathini. Yibe usubuza umbuzo othi, Ungazilungiselela kanjani izimo ezingase zivivinye isimo sakho sokungathathi-hlangothi?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 18 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 16 Nomthandazo