Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAMBULO 13-16

Ungazesabi Izilo Ezesabekayo

Ungazesabi Izilo Ezesabekayo

13:1, 2, 11, 15-17

Ukuqonda ukuthi zimelelani lezi zilo ezisesahlukweni 13 sesAmbulo kusisiza ukuba singalokothi sizesabe noma sizisekele njengoba kwenza abanye.

Qondanisa isilo ngasinye nalokho esikumelelayo

IZILO

Udrako.—IsAm 13:1

Isilo sasendle esinezimpondo eziyishumi namakhanda ayisikhombisa.—IsAm 13:1, 2

Isilo sasendle esinezimpondo ezimbili njengewundlu.—IsAm 13:11

Umfanekiso wesilo sasendle.—IsAm 13:15

 

 

 

 

EZIKUMELELAYO

  • UMbuso Wezwe WamaNgisi NamaMelika

  • INhlangano Yezizwe naleyo eyalandela, Izizwe Ezihlangene

  • USathane uDeveli

  • Bonke ohulumeni abamelene noNkulunkulu