Disemba 23-29
ISAMBULO 17-19
INgoma 149 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Impi KaNkulunkulu Ezoqeda Zonke Izimpi”: (10 imiz.)
IsAm 19:11, 14-16—UJesu Kristu uzokhipha isahlulelo sikaNkulunkulu esilungile (w08 4/1 8 ¶3-4; it-1-E 1146 ¶1)
IsAm 19:19, 20—Isilo sasendle nomprofethi wamanga kuzobhujiswa (re 286 ¶24)
IsAm 19:21—Bonke abantu abamelana nobukhosi bukaNkulunkulu bazobhujiswa (re 286 ¶25)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IsAm 17:8—Chaza ukuthi kungamuphi umqondo “isilo sasendle sasikhona, kodwa asisekho, kodwa sisazoba khona.” (re 247-248 ¶5-6)
IsAm 17:16, 17—Sazi kanjani ukuthi inkolo yamanga ngeke ivele iziphelele? (w12 6/15 18 ¶17)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 17:1-11 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 8)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 8 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ngiphe Isibindi: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo yengoma eqanjiwe ethi Ngiphe Isibindi. Yibe sewubuza le mibuzo elandelayo: Iziphi izimo ekuphileni ezidinga isibindi? Iziphi izindaba eziseBhayibhelini ezikwenza ube nesibindi? Obani abanathi? Phetha le ngxenye ngokucela bonke ukuba basukume nicule ingoma ethi “Ngiphe Isibindi” (yemihlangano yebandla).
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 18 ¶10-18
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 22 Nomthandazo