Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAMBULO 17-19

Impi KaNkulunkulu Ezoqeda Zonke Izimpi

Impi KaNkulunkulu Ezoqeda Zonke Izimpi

19:11, 14-16, 19-21

Kungani uJehova, “uNkulunkulu wothando nokuthula,” athuma iNdodana yakhe, “iSikhulu Sokuthula,” ukuba iyolwa?2Ko 13:11; Isaya 9:6.

  • UJehova noJesu bayakuthanda okulungile futhi bayakuzonda okubi

  • Ukuthula okuhlala njalo kanye nobulungisa kuzoba khona kuphela uma kubhujiswa abantu ababi

  • Ibutho likaNkulunkulu lasezulwini ‘lizolwa ngokulunga,’ njengoba lifanekiselwa amahhashi amhlophe nelineni elimhlophe, elihlanzekile nelicolekile

Yini esingayenza ukuze siqikelele ukuthi siyasinda kule mpi ebalulekile?—Zef 2:3