Disemba 30, 2019–Januwari 5, 2020
ISAMBULO 20-22
INgoma 146 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Bheka! Ngenza Konke Kube Kusha”: (10 imiz.)
IsAm 21:1—“Izulu langaphambili nomhlaba wangaphambili kudlulile” (re 301 ¶2)
IsAm 21:3, 4—“Izinto zangaphambili zidlulile” (w13 12/1 11 ¶2-4)
IsAm 21:5—Singakwethemba lokho uJehova akuthembisayo (w03 8/1 12 ¶14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IsAm 20:5—Kungamuphi umqondo “bonke abanye abafileyo” bephila ekupheleni kweminyaka eyinkulungwane? (it-2-E 249 ¶2)
IsAm 20:14, 15—Liyini “ichibi lomlilo”? (it-2-E 189-190)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 20:1-15 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa bese unika umninikhaya isimemo somhlangano. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (4 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo. (th isifundo 9)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 12 (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuvumelana Nezimo”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 18 ¶19-23 nebhokisi ek. 191
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 14 Nomthandazo