Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAMBULO 20-22

“Bheka! Ngenza Konke Kube Kusha”

“Bheka! Ngenza Konke Kube Kusha”

21:1-5

UJehova uthembisa ukwenza konke kube kusha.

  • “Izulu elisha”: Uhulumeni omusha ozokwenza kube nokulunga emhlabeni

  • ‘Umhlaba omusha’: Abantu abazithoba eMbusweni kaNkulunkulu nabaphila ngemithetho yakhe yokulunga

  • “Konke kube kusha”: Zonke izinto ezisihluphayo emzimbeni, engqondweni nangokomzwelo zizothathelwa indawo injabulo yosuku ngalunye oludlulayo