Disemba 28, 2020–Januwari 3, 2021
LEVITIKUSI 16-17
INgoma 41 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Esingakufunda OSukwini Lokuhlawulelwa”: (10 imiz.)
Lev 16:12—Ngendlela engokomfanekiso, umpristi ophakeme wayema phambi kukaJehova (w19.11 21 ¶4)
Lev 16:13—Umpristi ophakeme wayeshisela uJehova impepho (w19.11 21 ¶5)
Lev 16:14, 15—Umpristi ophakeme wayebe esehlawulela izono zabapristi nezabantu (w19.11 21 ¶6)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 16:10—Kungayiphi indlela imbuzi ka-Azazeli yayifanekisela umhlatshelo kaJesu? (it-1-E 226 ¶3)
Lev 17:10, 11—Kungani senqaba ukumpontshelwa igazi? (w14 11/15 10 ¶10)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 16:1-17 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umninikhaya incwadi esiyisebenzisela ukutadisha iBhayibheli. (th isifundo 4)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 1 ¶1-2 (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Uyafisa Yini Ukufaka Isicelo ESikoleni Sabashumayeli Bevangeli LoMbuso?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Izithunywa Zevangeli Zasensimini—Izisebenzi Ezivunayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) rr isahl. 2 ¶19-27
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 50 Nomthandazo