INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Ephreli 2018
Ongase Uxoxe Ngakho
Izingxoxo ezisekelwe eBhayibhelini kanye nasekuphileni ngokujabula
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
IPhasika NeSikhumbuzo—Ukufana Nomehluko Okhona
Although the Passover did not foreshadow the Memorial, certain features of the Passover have meaning for us.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Hambani Niyokwenza Abafundi—Kungani, Kuphi Futhi Kanjani?
Ukwenza abafundi kusho ukufundisa abanye ukuba bagcine konke uJesu ayala. Umsebenzi wethu wokwenza abafundi uhlanganisa ukufundisa esifunda nabo ukuba besebenzise lokho uJesu akufundisa futhi balandele isibonelo sakhe.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukushumayela Nokufundisa Kubalulekile Ukuze Senze Abafundi
UJesu wayala abalandeli bakhe ukuba bahambe bayokwenza abafundi. Kuhilelani lokhu? Singabasiza kanjani abantu basondelane noNkulunkulu?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Izono Zakho Zithethelelwe”
Yini esiyifunda esimangalisweni esikuMarku 2:5-12? Le ndaba ingasisiza kanjani ukuba sikhuthazele lapho sigula?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukuphulukisa NgeSabatha
Kungani uJesu ayephatheke kabi kakhulu ngendlela abaholi benkolo yobuJuda ababecabanga ngayo? Imiphi imibuzo engaveza ukuthi siyalulingisa yini uzwela lukaJesu?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJesu Unamandla Okuvusa Abantu Esibathandayo Asebafa
Ukuzindla ngezindaba eziseBhayibhelini zovuko kuzosenza silukholelwe nakakhulu uvuko oluzayo lwabathandekayo bethu esebafa.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Wasebenzise Ngendlela Enekhono Amathuluzi AseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa
Ukuze sibe abafundisi abanekhono, kumelwe sifunde ukuwasebenzisa kahle amathuluzi ethu. Iliphi ithuluzi lethu eliyinhloko? Ungalithuthukisa kanjani ikhono lakho lokusebenzisa amathuluzi akuleli bhokisi?