Ephreli 30–Meyi 6
MARKU 5-6
INgoma 111 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJesu Unamandla Okuvusa Abantu Esibathandayo Asebafa”: (10 imiz.)
Mar 5:38—Siba lusizi lapho sifelwa umuntu esimthandayo
Mar 5:39-41—UJesu unamandla okuvusa ‘abalele’ ekufeni (iphuzu lokucwaninga elithi “akafile, ulele” elikuMar 5:39, kuyi-nwtsty-E)
Mar 5:42—Uvuko lwangesikhathi esizayo luzokwenza ‘sigajwe yinjabulo enkulu’ (jy-E 118 ¶6)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Mar 5:19, 20—Yini okungenzeka yenza uJesu kulokhu wasebenzisa umyalo ohlukile kulowo ayevame ukuwusebenzisa? (iphuzu lokucwaninga elithi “uzibikele” elikuMar 5:19, kuyi-nwtsty-E)
Mar 6:11—Kusho ukuthini ukuthi “nithuntuthe inhlabathi engaphansi kwezinyawo zenu”? (iphuzu lokucwaninga elithi “nithuntuthe inhlabathi engaphansi kwezinyawo zenu” elikuMar 6:11, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 6:1-13
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Bonisa umninikhaya iwebusayithi yethu ethi jw.org.
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele owakho umBhalo nombuzo enizoxoxa ngawo ngokuzayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 36 ¶23-24—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Wasebenzise Ngendlela Enekhono Amathuluzi AseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa”: (5 imiz.) Ingxoxo.
Ukuthola Induduzo Enhlanganweni KaJehova: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, buza le mibuzo elandelayo: Yiluphi uvivinyo abakwaPera ababhekana nalo? Yini eyabasiza bakhuthazela? Kungani kumelwe siqhubeke senza izinto esivame ukuzenza ukuze sikhonze uNkulunkulu ngisho nalapho sibhekene noviviyo?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 7 ¶10-19 nebhokisi * ek. 81
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 101 Nomthandazo
^ isig. 24 Isithasiselo esisembhalweni waphansi sizofundwa emasontweni alandelayo.