Ephreli 2-8
MATHEWU 26
INgoma 8 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“IPhasika NeSikhumbuzo—Ukufana Nomehluko Okhona”: (10 imiz.)
Math 26:17-20—UJesu wadla iPhasika lakhe lokugcina nabaphostoli bakhe (Okubukwayo: “Isidlo SePhasika,” okukuMath 26:18, kuyi-nwtsty-E)
Math 26:26—Isinkwa seSikhumbuzo sifanekisela umzimba kaJesu (iphuzu lokucwaninga elithi “kusho,” elikuMath 26:26, kuyi-nwtsty-E)
Math 26:27, 28—Iwayini leSikhumbuzo lifanekisela ‘igazi likaJesu lesivumelwano’ (iphuzu lokucwaninga elithi “igazi . . . lesivumelwano,” elikuMath 26:28, kuyi-nwtsty-E)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 26:17—Kungani kuthiwa uNisani 13 ‘usuku lokuqala lwamaQebelengwane Angenamvubelo’? (iphuzu lokucwaninga elithi “Ngosuku lokuqala lwamaqebelengwane angenamvubelo,” elikuMath 26:17, kuyi-nwtsty-E)
Math 26:39—Yini eyenza uJesu wathandaza wathi: “Le ndebe mayidlule kimi”? (iphuzu lokucwaninga elithi “le ndebe mayidlule,” elikuMath 26:39, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 26:1-19
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 59 ¶21-22 nombhalo osekugcineni
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (8 imiz.)
Yiba Umngane KaJehova—Isihlengo: (7 imiz.) Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, mema izingane ozikhethile ukuba zize ngaphambili, bese uzibuza imibuzo elandelayo: Kungani abantu begula, beguga futhi befa? UJehova usinike liphi ithemba? Ubani ofuna ukumbona ePharadesi?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isithasiselo emak. 212-215
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 102 Nomthandazo