Ephreli 9-15
MATHEWU 27-28
INgoma 97 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hambani Niyokwenza Abafundi—Kungani, Kuphi Futhi Kanjani?”: (10 imiz.)
Math 28:18—UJesu unegunya ezulwini nasemhlabeni (w04 7/1 8 ¶4)
Math 28:19—UJesu wayala ukuba kwenziwe umkhankaso wokushumayela nokufundisa emhlabeni wonke (amaphuzu okucwaninga: “niyokwenza . . . abafundi,” “abantu bazo zonke izizwe,”akuMath 28:19, kuyi-nwtsty-E)
Math 28:20—Kufanele sisize abantu bafunde konke lokho uJesu akufundisa futhi bakusebenzise (iphuzu lokucwaninga elithi “nibafundise,” elikuMath 28:20, kuyi-nwtsty-E)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 27:51—Kusho ukuthini ukudabuka kabili kwesihenqo? (amaphuzu okucwaninga: “isihenqo,” sendlu engcwele,”akuMath 27:51, kuyi-nwtsty-E)
Math 28:7—Ingelosi kaJehova yabenza kanjani bahlonipheka abesifazane abafika ethuneni likaJesu? (iphuzu lokucwaninga elithi “nitshele abafundi bakhe ukuthi uvusiwe,” elikuMath 28:7, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 27:38-54
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) g17.2 14—Isihloko: Ingabe UJesu Wafela Esiphambanweni?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukushumayela Nokufundisa Kubalulekile Ukuze Senze Abafundi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Lapho nixoxa ngalesi sihloko, dlala ividiyo ethi Qhubeka Ushumayela “Ngaphandle Kokuyekethisa”—Ngokwethukela Nasendlini Ngendlu nethi Qhubeka Ushumayela “Ngaphandle Kokuyekethisa”—Obala Nalapho Wenza Abafundi.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 6 ¶1-15
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 137 Nomthandazo