Ephreli 1-7
1 Korinte 7-9
INgoma 136 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Kuyisipho Ukuba Ongashadile”: (10 imiz.)
1Ko 7:32—AmaKristu angashadile angakhonza uJehova engenazo izinkathazo ezihlobene nokushada (w11 1/15 18 ¶3)
1Ko 7:33, 34—AmaKristu ashadile ‘akhathazeka ngezinto zezwe’ (w08 7/15 27 ¶1)
1Ko 7:37, 38—AmaKristu ahlala engashadile ukuze enze okwengeziwe enkonzweni kaJehova ‘enza kangcono’ kunamaKristu ashadile (w96 10/15 12-13 ¶14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
1Ko 7:11—Kungaphansi kwaziphi izimo lapho umKristu angase akhethe ukuhlala ngokwahlukana nomuntu ashade naye? (lv 220 ¶2-221 ¶2)
1Ko 7:36—Kungani kufanele umKristu alinde kuze “kudlule ukuqhuma kobusha” ngaphambi kokuba ashade? (w00 7/15 31 ¶2)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Ko 8:1-13 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi ImiBhalo Yethulwe Kahle, bese nixoxa ngesifundo 4 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w12 11/15 20—Isihloko: Ingabe Labo Abakhetha Ukuhlala Bengashadile Basithola Ngokuyisimangaliso Lesi Sipho? (th isifundo 12)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yenza Ukuba Kwakho Ongashadile Kuphumelele: (15 imiz.) Dlala ividiyo. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo: AmaKristu amaningi angashadile abhekana naziphi izinkinga? (1Ko 7:39) Indodakazi kaJefta iyisibonelo esihle ngayiphi indlela? Yini uJehova ayipha labo abahamba ngobuqotho? (IHu 84:11) Amalungu ebandla angabakhuthaza kanjani labo abangashadile? Imiphi imikhakha yenkonzo amaKristu angashadile angayingenela?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 6 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 32 Nomthandazo