Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ephreli 8-14

1 Korinte 10-13

Ephreli 8-14
  • INgoma 30 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJehova Uthembekile”: (10 imiz.)

    • 1Ko 10:13—UJehova akazikhethi izilingo esibhekana nazo (w17.02 29-30)

    • 1Ko 10:13—Izilingo esibhekana nazo ‘zivamile kubantu’

    • 1Ko 10:13—Uma simethemba uJehova, uzosisiza sibhekane nanoma isiphi isilingo

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • 1Ko 10:8—Kungani leli vesi lithi kwafa ama-Israyeli angu-23 000 ngosuku olulodwa ngenxa yobufebe kuyilapho incwadi kaNumeri 25:9 ithi kwafa angu-24 000? (w04 4/1 29)

    • 1Ko 11:5, 6, 10—Kuyadingeka yini ngowesifazane ongummemezeli woMbuso ukuba athwale ekhanda lapho eqhuba isifundo seBhayibheli kukhona ummemezeli wesilisa? (w15-E 2/15 30)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Ko 10:1-17 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 3)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula incwadi eseBhokisini lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 6)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU