Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 31

UJakobe NoLabani Benza Isivumelwano Sokuthula

UJakobe NoLabani Benza Isivumelwano Sokuthula

31:44-53

Kungani uJakobe noLabani banqwabelanisa amatshe?

  • Kwakuwubufakazi kubo bonke abadlulayo bokuthi babenze isivumelwano sokuthula

  • Kwakubakhumbuza ukuthi uJehova wayebhekile ukuze abone ukuthi bayasigcina yini leso sivumelwano sabo sokuthula

Namuhla, uJehova ulindele ukuba abantu bakhe bahlalisane ngokuthula. Lezi zinto ezintathu zingasisiza kanjani ukuba sihlale sinokuthula futhi sibuyisane nabanye?