Ephreli 20-26
GENESISE 32-33
INgoma 21 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ingabe Ulwa Kanzima Ukuze Uthole Izibusiso?”: (10 imiz.)
Gen 32:24—UJakobe wabambana nengelosi (w03 8/15 25 ¶3)
Gen 32:25, 26—UJakobe akazange ayiyeke ingelosi kwaze kwaba yilapho imbusisa (it-2-E 190)
Gen 32:27, 28—UJakobe wabusiswa ngoba waphikelela (it-1-E 1228)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 32:11, 13-15—Singasilingisa kanjani isibonelo sikaJakobe sokubuyisana nomfowabo? (w10 6/15 22 ¶10-11)
Gen 33:20—Kungani uJakobe abiza i-altare ngokuthi “UNkulunkulu OnguNkulunkulu Ka-Israyeli”? (it-1-E 980)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 32:1-21 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: UNoma useyibenzise kanjani imininingwane enembile nekholisayo? UNoma noMandisa baye basizana kanjani njengoba beshumayela?
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yini Ebaluleke Kunakho Konke Kimi?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Hlala Ugxile Emigomweni Engokomoya.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 8 ¶17-27 Ukubukeza, ek. 75
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 123 Nomthandazo