Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ephreli 27–Meyi 3

GENESISE 34-35

Ephreli 27–Meyi 3
  • INgoma 28 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Imiphumela Ebuhlungu Yokujwayelana Nababi”: (10 imiz.)

    • Gen 34:1—UDina wayehlale evakashela abesifazane baseKhanani (w97 2/1 30 ¶4)

    • Gen 34:2—UShekemi wamona uDina (lv 103 ¶14)

    • Gen 34:7, 25—USimeyoni noLevi babulala uShekemi nabo bonke abesilisa balowo muzi (w09 9/1 21 ¶1-2)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Gen 35:8—Wayengubani uDebora futhi yini esingayifunda kuye? (it-1-E 600 ¶4)

    • Gen 35:22-26—Sazi kanjani ukuthi abantu abasohlwini lozalo lukaMesiya kwakungadingeki ukuba kube amazibulo? (w17.12 14)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 34:1-19 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini eyenziwe uNoma ukuze afinyelele inhliziyo yomninikhaya? Singasiqala kanjani isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi Lingasifundisani?

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 13)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 4 ¶6-7 (th isifundo 14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU