Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 34-35

Imiphumela Ebuhlungu Yokujwayelana Nababi

Imiphumela Ebuhlungu Yokujwayelana Nababi

34:1, 2, 7, 25

Ingabe ukuthi omakhelwane bethu, esisebenza nabo nesifunda nabo banobuntu obuhle kusho ukuthi kufanele sijwayelane nabo? Yini engasisiza sinqume ukuthi singajwayelana yini nomuntu othile noma cha?

  • Izingxoxo zabo ziyangisiza yini ngithuthukise ubuhlobo bami noJehova?

  • Izingxoxo zabo zibonisa ukuthi yini ebalulekile kubo?—Math 12:34

ZIBUZE, ‘Abantu engijwayelene nabo babuthinta kanjani ubuhlobo bami noJehova?’