Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ongase Uxoxe Ngakho

Ongase Uxoxe Ngakho

●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA

Umbuzo: Kungani uNkulunkulu adala abantu?

UmBhalo: Gen 1:28

Ngokuzayo: Sazi kanjani ukuthi uNkulunkulu uzokufeza lokho ayekuhlosile ngabantu?

○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA

Umbuzo: Sazi kanjani ukuthi uNkulunkulu uzokufeza lokho ayekuhlosile ngabantu?

UmBhalo: Isaya 55:11

Ngokuzayo: Kuzoba njani ukuphila emhlabeni lapho uNkulunkulu esekufeza lokho ayekuhlosile?

○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI

Umbuzo: Kuzoba njani ukuphila emhlabeni lapho uNkulunkulu esekufeza lokho ayekuhlosile?

UmBhalo: IHu 37:10, 11

Ngokuzayo: Yini okufanele siyenze ukuze sikuthole lokho uNkulunkulu akuthembisile?

UMKHANKASO WESIMEMO SESIKHUMBUZO (Mashi 14–Ephreli 7):

“Sicela ukukumema embuthanweni okhethekile wokukhumbula ukufa kukaJesu. Izigidi zabantu emhlabeni wonke zivame ukuba khona kulo mbuthano.” Mnike isimemo. “Lesi simemo sinesikhathi nendawo esizobe sihlangene kuyo. Sicela ukukumemela nasenkulumweni ekhethekile esizoba nayo ngesonto elingaphambi kweleSikhumbuzo.”

Ngokuzayo, Lapho Umninikhaya Elalela: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?