Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 16-17

Ekabani Imicabango Oyicabangayo?

Ekabani Imicabango Oyicabangayo?

16:21-23

  • Nakuba singangabazi ukuthi uPetru wakhuluma enezinhloso ezinhle, uJesu wayilungisa ngokushesha indlela eyiphutha uPetru ayecabanga ngayo

  • UJesu wayazi ukuthi lesi kwakungesona isikhathi sokuba ‘abe nomusa’ kuye ngokwakhe. Ukuyeka ukuqapha ngaleso sikhathi esibucayi kangako yikho kanye uSathane ayefuna uJesu akwenze

16:24

UJesu wabala izinto ezintantu okumelwe sizenze ukuze sivume ukuqondiswa intando kaNkulunkulu. Kusho ukuthini ngakunye kwalokhu?

  • Ukuzidela

  • Ukuthatha isigxobo sokuhlushwa

  • Ukulandela uJesu njalo