Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Febhuwari 26–Mashi​4

MATHEWU 18-19

Febhuwari 26–Mashi​4
  • INgoma 83 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Qikelela Ukuba Ungakhubeki Futhi Ungabakhubi Nabanye”: (10 imiz.)

    • Math 18:6, 7—Akumelwe sibakhube abanye (amaphuzu okucwaninga nokubukwayo kwe-nwtsty-E)

    • Math 18:8, 9—Kumelwe sigweme noma yini engasenza sikhubeke (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E ne-glossary ye-NWT, “iGehena”)

    • Math 18:10—UJehova uyabona uma sibakhubile abanye (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E; w10 11/1 16)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 18:21, 22—Kufanele sizimisele ukubathethelela kangaki abafowethu? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E)

    • Math 19:7—Yayiyini injongo ‘yencwadi yokuxoshwa’? (iphuzu lokucwaninga nokubukwayo kwe-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 18:18-35

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 26 ¶18-20 —Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 121

  • Ungalokothi Ukhube Abanye (2Kor 6:3): (9 imiz.) Dlala ividiyo.

  • Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMashi 3: (6 imiz.) Inkulumo esekelwe e-Ncwajaneni YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo kaFebhuwari 2016, ikhasi 8. Nikeza bonke abakhona isimemo seSikhumbuzo, bese nibukeza okuphakathi. Gcizelela ukuthi inkulumo ekhethekile enesihloko esithi “Ungubani Ngempela UJesu Kristu?” izoba ngesonto likaMashi 19, 2018. Izokwenza sisilangazelele ngokwengeziwe iSikhumbuzo. Chaza amalungiselelo ebandla enziwe ukuze kuhlanganiswe insimu.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 4 emak. 46-49

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 41 Nomthandazo