INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Febhuwari 2019
Ongase Uxoxe Ngakho
Izingxoxo eziphathelene nokuthi iBhayibheli lisasebenza yini nanamuhla
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Qhubeka Uqeqesha Unembeza Wakho
Onembeza bethu bangasisiza uma sibaqeqesha ngezimiso zeBhayibheli.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Uyabubona Yini Ubuntu BukaNkulunkulu Endalweni?
Indalo kaJehova yembula amandla, uthando, ukuhlakanipha, ubulungisa nokuphana kwakhe.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UNkulunkulu Uyasibonisa Ukuthi Uyasithanda
Singabonisa kanjani ukuthi siyambonga uJehova ngesipho sesihlengo?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ingabe ‘Ulinde Ngokulangazela’?
Ungabonisa kanjani ukuthi ‘ukulinde ngokulangazela ukwambulwa kwabantwana bakaNkulunkulu’?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Qhubeka Uwulinde Ngokulangazela Nangokukhuthazela
Yini ezosisiza siqhubeke silinde ngokulangazela lapho sibhekene nanoma yiluphi uvivinyo?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Umfanekiso Wesihlahla Somnqumo
Zimelelani izingxenye ezahlukahlukene zesihlahla somnqumo esingokomfanekiso?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuyeka Ukutadisha IBhayibheli Nabantu Abangathuthuki
Yini okufanele siyenze uma umuntu esitadisha naye iBhayibheli engathuthuki ngemva kwesikhathi esithile?