Febhuwari 18-24
ROMA 7-8
INgoma 27 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ingabe ‘Ulinde Ngokulangazela’?”: (10 imiz.)
Ro 8:19—Maduze ‘abantwana bakaNkulunkulu’ bazokwambulwa (w12 7/15 11 ¶17)
Ro 8:20—“Indalo yabekwa ngaphansi kobuze . . . ngesisekelo sethemba” (w12 3/15 23 ¶11)
Ro 8:21—Indalo “iyokhululwa ekugqilazweni ukonakala” (w12 3/15 23 ¶12)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ro 8:6—Uyini umehluko phakathi ‘kokunaka inyama nokunaka umoya’? (w17.06 3)
Ro 8:26, 27—UJehova uyaphendula yini lapho ‘sibubula singaphimiseli’? (w09 11/15 7 ¶20)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Ro 7:13-25 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qhubeka Uwulinde Ngokulangazela Nangokukhuthazela”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Kumelwe ‘Sigijime Ngokukhuthazela’—Qiniseka Ngokuthi Uzowuthola Umklomelo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 4 ¶1-10
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 72 Nomthandazo