Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Febhuwari 25–Mashi 3

ROMA 9-11

Febhuwari 25–Mashi 3
  • INgoma 25 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Umfanekiso Wesihlahla Somnqumo”: (10 imiz.)

    • Ro 11:16—Isihlahla somnqumo esixhunyiwe simelela indlela egcwaliseka ngayo injongo kaNkulunkulu ngokuphathelene nesivumelwano sika-Abrahama (w11 5/15 23 ¶13)

    • Ro 11:17, 20, 21—Abagcotshiwe abaxhunywe esihlahleni somnqumo esingokomfanekiso kumelwe baqhubeke bebonisa ukholo (w11 5/15 24 ¶15)

    • Ro 11:25, 26—Isibalo esiphelele sika-Israyeli ongokomoya ‘siyosindiswa’ (w11 5/15 25 ¶19)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Roma 9:21-23—Kungani kufanele simvumele uMbumbi Omkhulu uJehova ukuba asibumbe? (w13 6/15 25 ¶5)

    • Ro 10:2—Kungani kufanele siqiniseke ngokuthi indlela esikhonza ngayo isekelwe olwazini olunembile? (it-1-E 1260 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Ro 10:1-15 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU