Febhuwari 4-10
ROMA 1-3
INgoma 88 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Qhubeka Uqeqesha Unembeza Wakho”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi YabaseRoma.]
Ro 2:14, 15—Wonke umuntu unonembeza (lv 16 ¶6)
Ro 2:15—Kumelwe sibaqeqeshe onembeza bethu ukuze basiqondise kahle (lv 17-18 ¶8-9)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ro 3:4—Yini esingayenza ukuze ‘uNkulunkulu atholakale eqinisile’? (w08 6/15 30 ¶5)
Ro 3:24, 25—‘Isihlengo esakhokhwa uKristu Jesu’ sizimboza kanjani “izono ezenzeka esikhathini esidlule”? (w08 6/15 29 ¶6)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Ro 1:1-17 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukukhuluma Ngendlela Engokwemvelo, bese nixoxa ngesifundo 2 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w06 6/1 12-13—Isihloko: Bhekana Namaqiniso Ngokuqondene Nokulinganiselwa Kwakho Nokwabanye. (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Uyabubona Yini Ubuntu BukaNkulunkulu Endalweni?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ubuhle Bendalo Bembula Inkazimulo KaNkunkulu—Ukukhanya Nombala.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 3 ¶10-19
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 13 Nomthandazo