INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Febhuwari 2016
Izintshumayelo Ezisikiselwe
Amacebiso okuhambisa i-Phaphama! nencwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UNehemiya Wayekuthanda Ukukhulekela Kweqiniso
Bona ngeso lengqondo imizamo yakhe yenkuthalo yokuvuselela izindonga zaseJerusalema nokuthuthukisa ukukhulekela kweqiniso. (UNehemiya 1-4)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UNehemiya Wayengumbonisi Ovelele
UNehemiya wasiza ama-Israyeli ukuba ajabule ekukhulekeleni kweqiniso. Sebenzisa umdwebo ukuze ubone ngeso lengqondo izenzakalo eJerusalema ngo-Tishri 455 B.C.E. (Nehemiya 8:1-18)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Abakhulekeli Abathembekile Basekela Amalungiselelo Angokwasezulwini
Ngosuku lukaNehemiya, abantu bakaJehova bakusekela ngokuzithandela ukukhulekela kweqiniso ngezindlela ezihlukahlukene. (Nehemiya 9-11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukuphila Okungcono Kakhulu
Intsha esenhlanganweni kaJehova inamathuba amaningi okujabulela ukuphila okwanelisayo. Sebenzisa imibuzo ukuze nixoxe ngale video.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Izifundo Ezisebenzisekayo Esizithola KuNehemiya
Yibone ngeso lengqondo intshiseko kaNehemiya yokuvikela ukukhulekela kweqiniso. (Nehemiya 12-13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Memela Wonke Umuntu Osensimini Yenu ESikhumbuzweni!
Intshumayelo esikiselwe yokuhambisa isimemo seSikhumbuzo sokufa kukaJesu. Landela izinyathelo zokuhlakulela noma isiphi isithakazelo esibonisiwe.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
U-Esteri Wamela Abantu BakaNkulunkulu
Sibone ngeso lengqondo isibindi sakhe esikhulu sokumela abantu bakaJehova. (Esteri 1-5)