February 15-21
NEHEMIYA 9-11
INgoma 84 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Abakhulekeli Abathembekile Basekela Amalungiselelo Angokwasezulwini”: (10 imiz.)
Neh 10:28-30—Bavuma ukungashadiselani ‘nezizwe zezwe’ (w98 10/15 21 ¶11)
Neh 10:32-39—Banquma ukusekela ukukhulekela kweqiniso ngezindlela ezihlukahlukene (w98 10/15 21 ¶11-12)
Neh 11:1, 2—Basekela ngokuzithandela ilungiselelo elingokwasezulwini elikhethekile (w06 2/1 11 ¶6; w98 10/15 22 ¶13)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Neh 9:19-21—UJehova ubonise kanjani ukuthi ubanakekela kahle abantu bakhe? (w13 9/15 9 ¶9-10)
Neh 9:6-38—Yisiphi isibonelo esihle amaLevi asibekela sona ngokuphathelene nomthandazo? (w13 10/15 22-23 ¶6-7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Neh 11:15-36 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Khulumela i-Phaphama! yamuva usebenzisa isihloko esithi “Usizo Lomkhaya—Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso.” Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu obonise isithakazelo esihlokweni esithi “Usizo Lomkhaya—Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso” esikuyi-Phaphama! yamuva. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli. (bh 32-33 ¶13-14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuphila Okungcono Kakhulu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video. Yibe usubuza imibuzo. Xoxa nommemezeli ongashadile noma oshadile owasebenzisa kahle iminyaka eminingana engashadile ukuze enze okwengeziwe enkonzweni kaJehova. (1Ko 7:35) Yiziphi izibusiso azithola?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 9 ¶1-13 (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 76 Nomthandazo