February 22-28
NEHEMIYA 12-13
INgoma 106 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Izifundo Ezisebenzisekayo Esizithola KuNehemiya”: (10 imiz.)
Neh 13:4-9—Gwema abangane ababi (w13 8/15 4 ¶5-8)
Neh 13:15-21—Beka izinto ezingokomoya kuqala (w13 8/15 5-6 ¶13-15)
Neh 13:23-27—Londoloza uphawu lwakho lobuKristu (w13 8/15 6-7 ¶16-18)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Neh 12:31—Yini okungenzeka yayifezwa ukuba namaqembu amabili abaculi? (it-2 454 ¶1)
Neh 13:31b—UNehemiya wayecela uJehova ukuba enzeni? (w11 2/1 14 ¶3-5)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Neh 12:1-26 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa isimemo seSikhumbuzo kumuntu ongenasithakazelo esitheni.
Ekuhambeleni Kokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Hambisa isimemo seSikhumbuzo ne-Nqabayokulinda kumuntu obonisa isithakazelo esiqotho. Beka isisekelo sempindelo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Chazela umuntu omfundela iBhayibheli ngeSikhumbuzo, usebenzisa incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli, amakhasi 206-208. Mchazele indlela ongamsiza ngayo ukuze abe khona.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Memela Wonke Umuntu Osensimini Yenu ESikhumbuzweni!”: (15 imiz.) Ingxoxo. Chaza indlela ibandla elizoyihlanganisa ngayo insimu. Lapho nihlola esithi “Izinyathelo Okufanele Zithathwe,” dlala i-video yeSikhumbuzo. Khuthaza bonke ukuba bahlanganyele ngokugcwele kulo mkhankaso nokuba bahlakulele noma yisiphi isithakazelo abasitholayo. Makube nomboniso.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 9 ¶14-24, nokubukezwa kwesahluko (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 39 Nomthandazo