Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ESTERI 1-5

U-Esteri Wamela Abantu BakaNkulunkulu

U-Esteri Wamela Abantu BakaNkulunkulu

U-Esteri wabonisa ukholo nesibindi esiphawulekayo lapho evikela abantu bakaNkulunkulu

  • Ukuvela phambi kwenkosi engabiziwe kwakungase kusho ukufa. Kwase kuphele izinsuku ezingu-30 inkosi ingambizile u-Esteri

  • INkosi u-Ahashiveroshi, okucatshangwa ukuthi uXerxes I, yayinenhliziyo encane. Ngesinye isikhathi yake yayala ukuba umuntu ahlukaniswe phakathi ukuze ixwayise abanye ngaye. Yasusa noVashiti indlovukazi esihlalweni ngenxa yokuthi akayilalelanga

  • U-Esteri kwakudingeka aveze ukuthi ungumJuda futhi enze inkosi ikholelwe ukuthi yayiqilizelwe umeluleki wayo emethembayo