February 8-14
NEHEMIYA 5-8
INgoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UNehemiya Wayengumbonisi Ovelele”: (10 imiz.)
Neh 5:8-14—UNehemiya wabalalela abantu futhi wathatha isinyathelo (w06 2/1 9 ¶2)
Neh 5:14-19—UNehemiya wabonisa ukuthobeka, ukungabi nabugovu nokuqonda (w06 2/1 10 ¶5)
Neh 8:8-12—UNehemiya wahlanganyela ekufundiseni abantu ngoJehova (w06 2/1 11 ¶4)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Neh 6:5—Kungani uSanibhalati athumela ‘incwadi evulekile’ kuNehemiya? (w06 2/1 9 ¶3)
Neh 6:10-13—Kungani uNehemiya engakwamukelanga ukusikisela kukaShemaya? (w07 7/1 30 ¶15)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Neh 6:14–7:7a (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa i-Phaphama! yamuva ngokukhulumela isihloko esisesembozweni. Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu obonise isithakazelo esihlokweni esisesembozweni se-Phaphama! yamuva. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli. (bh 28-29 ¶4-5)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ingabe ‘Uyazama Ukufinyelela’ Amalungelo Enkonzo?: (15 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala esekelwe kuyi-Nqabayokulinda ka-September 15, 2014 amakhasi 3-6. Dlala i-video enesihloko esithi Bazalwane—Zamani Ukufinyelela Umsebenzi Omuhle, eyavela ohlelweni lwe-JW Broadcasting lwango-December 2015. Gcizelela izizathu ezifanele zokuzama ukufinyelela amalungelo enkonzo futhi uchaze ukuthi umzalwane angakwenza kanjani. Khuthaza abazalwane ukuba bazame ukufanelekela ukukhonza njengezinceku ezikhonzayo nabadala.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 8 ¶17-27, ukubukeza ek. 75 (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 125 Nomthandazo