Izintshumayelo Ezisikiselwe
PHAPHAMA!
Umbuzo: Nansi i-Phaphama! yakho yamuva. Bheka umbuzo olapha ekhasini 2. Wena ubungathini?
UmBhalo: IzA 24:10
Okuzohanjiswa: Lesi sihloko sixoxa ngezinye izimiso eziphathelene nalokhu.
PHAPHAMA!
Umbuzo: Ubungavuma yini ukuthi kubalulekile ukukhetha abangane abawuhlobo olufanele?
UmBhalo: IzA 13:20
Okuzohanjiswa: Le Phaphama! inamaphuzu awusizo mayelana nendlela yokuthola abangane abakahle. [Qokomisa isihloko esisemakhasini 10-11.]
LALELA UNKULUNKULU UPHILE PHAKADE
Umbuzo: Ungathanda yini ukuphila emhlabeni onje? [Mbonise amakhasi 2-3, bese ulindela impendulo.]
UmBhalo: Jer 29:11
Okuzohanjiswa: Le ncwajana ibonisa indlela esingamlalela ngayo uNkulunkulu futhi sijabulele ikusasa asithembisa lona. [Bhekisela emakhasini 4-5.]
ZAKHELE EYAKHO INTSHUMAYELO
Landela indlela okuhlelwe ngayo izibonelo ezinikeziwe ukuze uzakhele eyakho intshumayelo yasensimini.